Sekuqalwe uphenyo ngokuputshuka kwamaphepha akwa-matric, afaka iphepha lesiNgisi, iMaths kanjalo nelePhysical Science. Kumiswe abasebenzi bomnyango weMfundo eyisiSekelo, okusolwa ukuthi banesandla ...
UMbalula uthe kubalulekile ukuba i-ANC ivuke izithathe KwaZulu-Natal, wathi uma i-ANC ingase ikwazi ukuvuka izithathe KwaZulu-Natal naseGauteng, ingakwazi ukunqoba ngamalengiso ukhetho.
Abadlali okubalwa kubona uYoane Wissa waseDemocratic Republic of Congo (DRC) odlala kwiNewcastle, Yves Bissouma weTottanham ...
UMQEQESHI weKaizer Chiefs, uBen Youssef Khalil, umile ekutheni leli qembu libe nenqubekela phambili kule sizini uma ...
U-Ouaddou uthe ubalulekile ukuthi bangawulahli umgqigqo wabo kuleli khefu ukuze baqhubeke nokufeza izifiso zabo ngale sizini.
Ikhombise izimpawu zovalo inkulumo kaHugo Broos ngamathuba eBafana Bafana ku-Group A weNdebe yoMhlaba yangonyaka ozayo.
Umkhuzi wamaphoyisa kazwelonke General Fannie Masemola uthi ecaleni likaMarius van der Merwe (uFakazi D kwiKhomishini ...
WUMDLALO wokugcina weBafana Bafana ku-Group A weNdebe yoMhlaba neSouth Korea kuphela ozophoqa abalandeli baseMzansi ukuthi ...
"Sihlangane nethimba labaphenyi ngecala lokubulala uMnuz Marius Van Der Merwe kanye ne-IPID ephenya icala lokubulala elenzeka ...
IKAIZER Chiefs iphinde yalahla ithuba lokuqinisa indawo yayo embangweni wesicoco seligi yeBetway Premiership idlala ...
Kushone abantu abayisikhombisa engozini enyantisayo eyenzeke ku-N12 phakathi kwase-Ogies naseMalahleni ngoMsombuluko ekuseni.
INational Consumer Commission (NCC) ikhiphe isimemezelo kubanikazi bezimoto zakwaJeep nezakwaKia ukuthi baziphuthumise emagaraji emuva kokutholakala kwezinkinga ezahlukene.